Page 104 - CON Boardpack July 20200708 Final_Neat
P. 104
ADDENDUM 11
Izizathu ezinhlanu ezenza
inyama yengulube iphume
phambili:
P P Kuphephile ukudla inyama
yengulube. Awungakhathazeki
Ubumnandi benyama yengulube ngalutho uma uyidla.
Imnandi iklasile futhi iyintandokazi
kuyawuvuselela umzimba wakho P P yawowonke umuntu.
futhi yiyona eshibhile kakhulu, P P Iphekeka kalula, awudingi izithako
ezibizayo ukuze wenze ukudla okwehla
awuyikhaleli imali yakho. esiphundu futhi okunempilo.
Iqinisa imisipha iphinde ivuselele
P P izicubu zomzimba ngoba ine-protein.
I-protein isiza izingane zikwazi ukuzwa
kahle esikoleni, ilekelele nokuqinisa
amasosha omzimba.
P P Inyama yengulube yenza ukuthi
ungayikhaleli imali yakho
Isitshulu somndeni
(Ukudla kwabantu abangu-6 kuya
kwabangu-7)
Inyama yengulube eyisikalo sika750g noma 850g esikwe
yaba ngamaqatha
Izipuni ezintathu zamafutha
U-anyanisi ombili oqotshiwe
Usawoti, ispayisi sika-pepper noma senkukhu
Izinkomishi ezintathu ze-chicken stock noma ezamanzi
abilayo
Utamatisi ombili oqotshiwe nethini elilodwa le-tomato
puree noma i-tomato paste
Izinkomishi ezine zezaqathi(kherothi) , u-green beans ,
amazambane , iklabishi noma isipinashi
INYAMA YENGULUBE ETHOSIWE Ithini elilodwa le-butter beans
elikhulu elivaleka thaqa
(Ukudla kwabantu abangu-4) Thosa inyama emafutheni ashisayo usebenzise ibhodwe
Uma inyama isiqala ukuba nsundu bese ufaka u-anyanisi
ugoqoze uze uthambe
Faka i-chicken stock noma amanzi notamatisi uqhole
Izipuni ezimbili zika-vinegar usawoti bese ufaka ispaysi sakho.
Vala ibhodwe wehlise umlilo uyeke inyama ize ithambe.
Izipuni ezimbili zikashukela
Cwilisa isitambu nobhontshi okomisiwe emanzini afudumele Faka izinkomishi ezine zemifino eqotshiwe bese uphinda
uqhola kancane ngosawoti no-pepper bese uvala.
imizuzu engu-30
Uma kudingeka amanzi ungathela kancane lawo asethinini
Huqa amaqatha enyama yengulube ngosawoti omningi no-
pepper le-butter beans.
Goqoza kancane kuze kuthambe inyama. Cuba imifino
Shisisa amafutha ebhodweni elikhulu ufake inyama ize ibe
nsundu ufake isicubu senyama esinethmabo uma ukhethe ngemfologo noma ngento yokucuba amazambane ukuze
kushube. Faka i-butter beans ugoqoze kancane ukuze
ukusisebenzisa.
kuhlangane kahle. Phaka kuhambisane nepapa, i-pasta
Isobho lenyanyama yengulube elihambisana Faka amaqhezu e-beef cube nawenkukhu bese uvala ibhodwe nesitambu. Uma ufuna kuthi ukuba mnandi ungafaka isipuni
uyeke kuhlangane imizuzu emihlanu emlilweni owehlisiwe.
nesitambu esinobhontshisi Faka imifino eqotshiwe bese uyeka inyama ize ithambe noma zibe mbili zikagaliga oqotshiwe ne-ginger no-anyanisi.
(Ukudla kwabantu abangu-6 kuya ku-7) icosuke.
Inyama yengulube yesishebo engu-500g
Faka istambu nobhontshisi obekucwilisiwe kwase kukhanywa.
Usawoti , u-pepper namafutha okupheka Vala ibhodwe uyeke kuze kuthambe imizuzu embalwa kuze
Isicubu esinethambo lenyama yengulube ( uma uthanda ) kuthambe ubhontshisi nesitambu Goqoza uphindelela bese
izinkomishi ezintathu noma ezine zemifino okungaba izaqathi uthi phohlo amanzi uma kunesidingo.
(kherothi), anyanisi, i-butternut noma ithanga, i-celery,
amazambane, utamatisi neklabishi eliqotshiwe Faka isipinashi , ushukela no-vinegar bese ulinda imizuzu
emihlanu. Uzwe kancane ukuthi kumnandi yini uthi phohlo
Isixhanti esisodwa sesipinashi esiwashiwe saqotshwa futhi i-ppepper uma kudingeka ngaphambi kokuphaka.
usehlukanise kweminye imifino. Kumnandi kakhulu nezincezu zesinkwa esiyi-toast
Isitambu nobhontshi okomisiwe esigcotshiwe.
Ncibilkisa i-stock cube nesenkukhu emanzini ayizinkomishi ezine Ungafaka isipuni sikashizi ogayiwe ngaphezu kwesobho bese
uyaphaka.
kuya kwezinhlanu zamanzi abilayo
104